Baba Wethu

From Wikisource
Jump to navigation Jump to search

Baba Wethu, the Lord's Prayer in Zulu:

Baba wethu osezulwini

Maliphathwe ngobungcwele igama lakho.

Umbuso wakho mawufike.

Intando yakho mayenziwe emhlabeni njengasezulwini.

Awusiphe namhla isinkwa sethu semihla ngemihla.

Usithethelele izono zethu

njengoba nathi sibathethelela abasonayo.

Ungasingenisi ekulingweni

kodwa usisindise kokubi.

Amen.